Selizotholakala naphesheya kwezilwandle Izwi Lomzansi

Originally posted in Isolezwe. Selizotholakala naphesheya kwezilwandle isiteshi somphakathi saseThekwini esikhula ngesikhulu isivinini. Izwi Lomzansi FM elitholakala eDurban Station, izolo lethule i-App yalo okuwubuchwepheshe besimanje obusebenza ngeselula. Le App etholakala kwi-internet ebizwa ngokuthi Izwi98FM eyenziwe abe-Immedia. Umphathi wezinhlelo kulo msakazi uFuthi Khumalo, uthe ucwaningo lwabo luveze ukuthi sebewu-43% abalaleli beZwi Lomzansi Read more…